SIZWE BLOSE noFANELESIBONGE BENGU
UMCULI ingoma yakhe eqokwe njengeyonyaka koweSABC Summer Song, uNathi Mankayi, angase alale ehleka yedwa ngemuva kwamaMetro FM Music Awards azoba seNkosi Albert Luthuli Convention Centre ngoFebhuwari 27 njengoba eqokwe eminxeni emihlanu.
UNathi, ozakhele udumo ngengoma ethi Nomvula, uqokwe emunxeni weBest African Pop Album, Best Male Album, Best New Artist, Best R&B Single noweSong of the Year.
Uma enqoba kuyo yonke le minxa uzolala noR500 000 njengoba kulo nyaka kuzobe kuqala ukuthi umculi onqobile umunxa ngamunye ahlomule ngoR100 000.
Ngaphandle kukaNathi, abanye abaculi abaqokwe kahlanu abadalulwe ngesikhathi kumenyezelwa abaqokiwe eGoli izolo, nguDJ Sphectacula noNaves abaphinde babe ngabasakazi kulesi siteshi.
Baqokwe ngezingoma eziku-albhamu yabo ethi Kings of the Weekend egabe ngengoma ethi KOTW Anthem (Cishe Ngafa) okucula phambili kuyo uProfessor. Le ngoma yahlukanisa unyaka kuKhozi FM.
UZonke okhuze ibuye nge-albhamu ethi Work of Heart ngonyaka odlule ngemuva kokungakhiphi kusukela ngo-2011 yena uqokwe eminxeni emithathu.
IKwaZulu-Natal izobe imelwe nguDJ Bongz oqokwe koweBest Kwaito, DBN Nyts, WTF, Zakwe, Big NUZ, Malusi Mbokazi nabanye.
Imiklomelo izokhonjiswa bukhoma kuSABC 1.
Selulonke uhla lwabaqokiwe lumi kanje:
BEST AFRICAN POP ALBUM
Nathi - Buyelekhaya, Zahara - Country girl
Zonke - Work of Heart, Maleh - You make my heart go, Kabomo - Sekusile
BEST COMPILATION ALBUM
DJ Fresh - Fresh House Flava Vol 8
DJ Kanunu - Soul Meditation 2
Various Artists - It's Not A Party Without Us
999 music - Summer Ya Di Summer
BEST DANCE ALBUM
DJ Sphectacula & DJ Naves - Kings Of The Weekend
Black Coffee - Pieces of Me, Prince Kaybee - Better Days, Mobi Dixon - Tribal Soul Special Edition
Heavy K - Respect The Drumboss 2015
BEST FEMALE ALBUM
Maleh - Y ou make my heart go
Zonke - Work of Heart, Zahara - Country Girl
Thiwe - Soul Therapy, Fifi Cooper - 20FIFI
BEST DUO OR GROUP ALBUM
DBN Nyts - Believe
Deep Xcape - Pandora's Box
DJ Sphectacular & DJ Naves - Kings Of The Weekend
Junior Taurus & Lady Zamar - Cotton Candy
Mi Casa - Home Sweet Home
BEST HIT SINGLE
AKA ft Burnaboy, Khuli Chana, Yanga - Baddest
L-Tido - Dlala ka yona, Kwesta - Nomayini
WTF - Nomusa, Shekinah & Kyle Deutch - Back to the Beach
BEST MUSIC VIDEO
Da Les - P.A.I.D
Donald - What Goes Around
Emtee - Roll Up, DJ Sphectacula & DJ Naves - KOTW Anthem, Tumi ft Busiswa - Visa
BEST HIP HOP ALBUM
Cassper Nyovest - Refiloe, Ricky Rick - Family Values
Emtee - Avery, FiFi Cooper - 20FIFI, Zakwe - Impande
Cassper Nyovest - Refiloe, Ricky Rick - Family Values
BEST URBAN JAZZ ALBUM
Benjamin Jephta - Homecoming
Judith Sephuma - One World
Mpumi Dlamini - Mpumi Dlamini
Nduduzo Makhathini - Listening to the ground
Nomfundo Xaluva - From now on
BEST KWAITO ALBUM
Big Nuz - For The Fans
DBN Nyts - Believe
DJ Bongz - Game Changer
Kabelo Mabalane - Immortal Vol 3 BEST MALE ALBUM
Nathi - Buyelekaya
Black Coffee - Pieces Of Me
Cassper Nyovest - Refiloe
Prince Kaybee - Better Days
Ricky Rick - Family Values
BEST NEW ARTIST
Nathi - Buyelekhaya
Emtee - Avery
Ricky Rick - Family Values
Prince Kaybee - Better Days
Fifi Cooper - 20FiFi
BEST R&B SINGLE
Zonke - Reach It
Nathi - Nomvula
Maleh - Feels so good
Cici - Runaway
Vincent Bones - My lady
BEST REMIX
Kelly Khumalo - Asine (Afrikan Soul Remix)
DJ Sliqe - Do like I do Remix
Emtee - Roll Up Re-Up
Tresor - Never let me go (Mobi Dixon Remix)
AKA - Baddest (Remix)
BEST URBAN GOSPEL ALBUM
Ntokozo Mbambo - Spirit and Life
Andile ka Majola - Chapter 7
Malusi Mbokazi - Ngisize Nkosi
Ayanda Ntazi - Udumo
Worship House - True Worship 2015 (Live)
SONG OF THE YEAR
Black Coffee - We Dance Again
Nathi - Nomvula
DJ Sphectacula & DJ Naves - Kings Of The Weekend Anthem
DBN Nyts - Shumaya
Heavy K - Umoya
DJ Ganyani - Talk To Me
Prince Kaybee - Wajelwa
Ricky Rick - Boss Zonke
DJ Shimza - Akulalwa
Prince Kaybee - Better Days
BEST COLLABORATION
sDJ Sphectacula & DJ Naves ft. Professor - Kings Of The Weekend Anthem
Heavy K FT. Professor & Mpumi - Umoya
Majour League DJs ft.Cassper Nyovest,Ricky Rick and MalumKoolkat - Slyza Tsotsi
AKA ft Burna Boy, Khuli Chana & Yanga - Baddest
DJ Sliqe ft JR, Okmalumkoolkat, WTF - iLife