Advertisement
logoSections
23 Mar '16, 1:14pm
Kuzotheleka esinye isihlabani somculi waphesheya eMzansi
Kuzotheleka esinye isihlabani somculi waphesheya eMzansi
Isolezwe

Inkampani ehlela imicimbi iBig Concerts isimemezele ukuthi izoletha umculi wase-United Kingdom, uSeal.

23 Mar '16, 1:03pm
UToya Delazy esigabeni sokugcina sabaculi abazoya kwelaseFrance
UToya Delazy esigabeni sokugcina sabaculi abazoya kwelaseFrance
Isolezwe

Usephinde wanyelwa inyoni esandleni umculi we-pop ongaconsi phansi kuleli, uToya Delazy.

23 Mar '16, 1:01pm
UZakwe uvulele abalandeli ingqayizivele yethuba
UZakwe uvulele abalandeli ingqayizivele yethuba
Isolezwe

UZakwe ukhethe ukubuyisela kubalandeli ngeculo lakhe elisha athe ivideo yalo izodidiyelwa ngoyedwa wabalandeli.

22 Mar '16, 2:34pm
U-Black Coffee unandise kwachazeka uP. Diddy
U-Black Coffee unandise kwachazeka uP. Diddy
Isolezwe

UBlack Coffee wenze okungajwayelekile ehlanyisa inkakha kaphrojusa ongusomabhizinisi e-United States, uP. Diddy.

22 Mar '16, 2:31pm
Ugqugquzele imfundo uNicki Minaj eThekwini
Ugqugquzele imfundo uNicki Minaj eThekwini
Isolezwe

Ukuba muhle kodwa ungafundile akusho lutho. Lokhu kushiwo ngumrepha waseMelika, uNicki Minaj.

18 Mar '16, 1:41pm
Imvunge ngoshintsho lukaMshoza
Imvunge ngoshintsho lukaMshoza
Isolezwe

Ususe umsindo ezinkundleni zokuxhumana owayengumculi wekwaito uMshoza.

18 Mar '16, 1:39pm
Behlukene oBoity noCassper
Behlukene oBoity noCassper
Isolezwe

Isiphalaphala somethuli wezinhlelo zethelevishini, uBoity Thulo, sivule isifuba ngobudlelwano baso nomrepha uCassper Nyovest.

18 Mar '16, 1:13pm
Uncoma akuzuze kowoDJ uZak Emo
Uncoma akuzuze kowoDJ uZak Emo
Isolezwe

Usenqume ukungaphinde awungenele umncintiswano wokuvundulula oDJ, uDJ osengenele lo mncintiswano kabili kodwa engawini.

17 Mar '16, 1:36pm
Bathi akayi ndawo kwiSibaya
Bathi akayi ndawo kwiSibaya
Isolezwe

Ssisinde ekudliweni yizembe isilomo somlingisi weSibaya ebesilengela eweni lokubona esafika ngayo kulo mdlalo.

17 Mar '16, 1:02pm
U-Arthur ushaye ingwiji ngomlandeli ozowina inkomo
U-Arthur ushaye ingwiji ngomlandeli ozowina inkomo
Isolezwe

Isishaye ingwiji inkakha yomculi wekwaito u-Arthur Mafokate, ngokuwinisa inkomo umlandeli omvotele kakhulu kumaMetro FM Music Awards.

17 Mar '16, 12:45am
U-L’vovo ujoyine owokulwa nokucwasa
U-L’vovo ujoyine owokulwa nokucwasa
Isolezwe

Isilomo somculi wekwaito saseThekwini sifisa kube nemicimbi yobumnandi ezohlanganisa izinhlanga ukuqeda isihlava sokucwasana esihlasele elakuleli.

16 Mar '16, 1:20pm
UKelly ugabisa ngengoma yowokholo
UKelly ugabisa ngengoma yowokholo
Isolezwe

Umculi uKelly Khumalo ugabisele abalandeli bakhe ngamazwibela engoma yowokholo entsha.

11 Mar '16, 12:43am
Mayingaxhashazwa imali yomphakathi – NFP
Mayingaxhashazwa imali yomphakathi – NFP
Isolezwe

I-NFP esiShayamthetho saKwaZulu-Natal isicele uNgqongqoshe weziMali esifundazweni ukuba avimbe ukuxhaswa kwekhonsathi kaNicki Minaj no-TI.

10 Mar '16, 1:18pm
UBonang uzokwethula iLive Amp
UBonang uzokwethula iLive Amp
Isolezwe

UBonang Matheba uzokwethula uhlelo lomculo kuSABC iLive Amp, ngesonto eledlule evalelise omunye wabethuli bayo uPearl Thusi.

09 Mar '16, 12:57am
U-Amstel uthi kuphelile nge-3Sum
U-Amstel uthi kuphelile nge-3Sum
Isolezwe

Umngani omkhulu kaKoyo Bala futhi obecula naye eqenjini i-3Sum uthe ukushona kwakhe kusho ukuthi sekuphelile ngeqembu labo.