isolezwe1
isolezwe-2
isolezwe-3
no Copy of SI Rand Water 4 (44858458)
Nhlanhla Phillips

Kukhalwa ngesomiso esihlasele e-KZN

Uhulumeni usufake imali engaphezulu kuka-R350m ozobhekana nezimo eziphuthumayo KwaZulu-Natal.

Read Story

NO Ziningi Nembula
Independent Media

Kubhuntshe umcimbi kudonsisana izinhlaka

Kubhuntshe umcimbi wokuhlonipha udokotela wokuqala omnyama wase-Adams Mission.

Read Story

DSC_0040
Group

Abazali bachithe umphathi wesikole

Kuphazamisekile ukufunda eMamfene Primary School eJozini, abazali bezingane ezifunda kulesi sikole bevuka umbhejazane bexosha uthishanhloko omusha.

Read Story

Ezinye izindaba

Items 1 - 20 of 42

Kukhalwa ngesomiso esihlasele e-KZN
January 27 2015 at 12:12

Uhulumeni usufake imali engaphezulu kuka-R350m ozobhekana nezimo eziphuthumayo KwaZulu-Natal.

Read Story
0 comments

Kubhuntshe umcimbi kudonsisana izinhlaka
January 27 2015 at 12:10

Kubhuntshe umcimbi wokuhlonipha udokotela wokuqala omnyama wase-Adams Mission.

Read Story
0 comments

Abazali bachithe umphathi wesikole
January 27 2015 at 12:07

Kuphazamisekile ukufunda eMamfene Primary School eJozini, abazali bezingane ezifunda kulesi sikole bevuka umbhejazane bexosha uthishanhloko omusha.

Read Story
0 comments

Ushe washona nabazukulu ababili
January 27 2015 at 12:05

Owesifazane nabazukulu bakhe ababili bashe bashona ngesikhathi kusha endlini abebelele kuyo eMnqobokazi.

Read Story
0 comments

UPhiyega ududuze umndeni kaSelebi
January 27 2015 at 11:56

UGeneral Riah Phiyega udlulise amazwi enduduzo emndenini wowabe engukhomishana wamaphoyisa uMnuz Jackie Selebi.

Read Story
0 comments

Kugxekwa uhulumeni ngolwabokufika
January 27 2015 at 11:53

Izinhlangano ezilwela amalungelo abantu zisola uhulumeni ngokuthatha kancane izigameko zokuhlaselwa kwabokufika.

Read Story
0 comments

‘Ulaxazwe’ wummeli ozibiza ngeBhova
January 27 2015 at 11:52

Kungenzeka asale engenaye ummeli uSibusiso Gcabashe ozakhele udumo ezibiza ngomculi kamasikandi ongasekho uKwakhe Mgqumeni Khumalo.

Read Story
0 comments

Lihlehlele esingaziwa elikaMakhanya
January 27 2015 at 11:50

Ummeli kaMnuz Minenhle Makhanya, uMnuz Barnabas Xulu, ukhala ngoMnyango wezeMisebenzi yoMphakathi ngokubambezela icala.

Read Story
0 comments

Ukhathazekile ngendodakazi edukile
January 27 2015 at 11:46

Ukhathazekile umndeni wengane eneminyaka engu-16 okuthiwa ithatha kancane esikoleni osekuzophela inyanga inyamalele.

Read Story
0 comments

UMalema uthengelwe imoto ngokungekho emthethweni
January 26 2015 at 11:04

Amalungu e-EFF athi iGolf GTI yathengelwa umholi weqembu, uMnuz Julius Malema, ngokungekho emthethweni.

Read Story
0 comments

Ufaniswe nesilwane obulale ingane
January 26 2015 at 11:09

Elinye lamaphisi elathola isidumbu sentombazane silenga ehlathini eMkhazini, sichaze umbulali njengesilwane soqobo.

Read Story
0 comments

Amaphoyisa azocacisa namuhla ngelikaZuma
January 26 2015 at 11:01

Amaphoyisa athi azokwazi ukucacisa namuhla ukuthi yini ebambile ekutheni ingakhishwa incwadi egunyaza ukuboshwa kuka-Edward Zuma ngokwehluleka ukondla.

Read Story
0 comments

Afaniswe namatekisi ama-ambulensi
January 26 2015 at 10:55

Sekugxekwe ukusebenza kwama-ambulensi azimele KwaZulu-Natal.

Read Story
0 comments

Ningayicishi i-video yami nginqunu - Zondo
January 26 2015 at 10:53

UMfu Sithembiso Zondo okusanda kusabalala ivideo yakhe enqunu utshele abazalwane ukuthi bangayisuli.

Read Story
0 comments

Ugxeka esokutapwa kokudla kwezabokufika
January 26 2015 at 10:49

Iphini likaNgqongqoshe ehhovisi likaMengameli ligxeke ukutapwa kokudla esitolo sabokufika eSoweto.

Read Story
0 comments

Kulandelwe isifiso sikaMthimkhulu
January 26 2015 at 10:47

Washiya ezihlelele uhlelo lomngcwabo wakhe uMnuz Mtholephi Mthimkhulu.

Read Story
0 comments

Sekunjalo ngecala lomdwebi womuzi kaZuma
January 26 2015 at 10:45

Libhekwe ngabomvu icala lomdwebi wamapulani osematheni.

Read Story
0 comments

Kuphenywa isikhulu samaphoyisa
January 26 2015 at 10:43

UMnuz Innocent Chamane usolwa ngokuningi okubalwa kukho ukuhlukumeza amaphoyisa.

Read Story
0 comments

Bachitha oze nokusha elobolweni
January 23 2015 at 12:23

Kuvungame abantu ezinkundleni zokuxhumana bebabaza uhlelo olusha lokubala lweluleke ukuthi kufanele ulobole ngamalini.

Read Story
0 comments

Asijiki ngesicelo somhlaba iSilo
January 23 2015 at 12:20

ISilo samaBandla asiyigqizi qakala eyokugxekwa ngesicelo sokubuyiswa komhlaba wesizwe samaZulu owathathwa ngabacindezeli.

Read Story
0 comments

Items 1 - 20 of 42