CLOSE X
Advertisement
X
17 days ago
Owe-ANC ugoloza nehhovisi lomphakathi
Owe-ANC ugoloza nehhovisi lomphakathi

USHAYA phansi ngonyawo uSihlalo we-ANC eWaterloo ku-phase 2 owayeyikhansela uMnuz Mxolisi Ndzibomvu, uthi ngeke aphume ehhovisi ...

17 days ago
Kutholwe amawele eshonile
Kutholwe amawele eshonile

UKHUNGATHEKILE umphakathi wasesigcemeni sakwaV eMlaza ngemuva kokutholakala kwamawele abafana eshonile elinye lishumpulwe ikhanda.

17 days ago
Kumnyama kubasebenzi beNFP
Kumnyama kubasebenzi beNFP

SIMUNCU isimo kwiNFP njengoba kukhona abasebenzi beqembu abangaholanga ngoJanuwari ngenxa yezinkinga zezimali.

17 days ago
Kubulawe ufakazi kwelokubulala eGlebelands
Kubulawe ufakazi kwelokubulala eGlebelands

KUSOLWA ukuthi bekuzanywa ukucima ubufakazi ngokubulawa komlisa (37) obengufakazi oqanda ikhanda ecaleni lokubulala ehostela laseMlaza iGlebelands.

17 days ago
Alokhu evaliwe amathuna eSeventini
Alokhu evaliwe amathuna eSeventini

UMASIPALA weTheku usazoqhubeka nokuvala amathuna aseSeventini, eMlaza, osekuphele iminyaka emibili avalwa ngenxa yokusatshiswa kwabasebenza khona.

17 days ago
Usatshiswa ngezinkabi ungqongqoshe
Usatshiswa ngezinkabi ungqongqoshe

UNGQONGQOSHE wezeMfundo KwaZulu-Natal, uMnuz Mthandeni Dlungwane, uphumele obala ngabamsabisa ngezinkabi ngodaba lohlelo ...

17 days ago
Ikhalenda lokhozi FMlitholakala ngoLwesithathu
Ikhalenda lokhozi FMlitholakala ngoLwesithathu

ABASAKAZI boKhozi FM bazogubha iminyaka ewu-45 kubusa iSilo samaBandla onke ngekhalenda elizotholakala kwiSolezwe ngoLwesithathu

19 days ago
Amaphoyisa azophenya ngokufa kweziguli
Amaphoyisa azophenya ngokufa kweziguli

Lezi ziguli eziphazamiseke emqondweni kubikwa ukuthi zashona kade zisuswa kulesi sibhedlela ziyiswa ezikhungweni zezempilo ezingenzi nzuzo

21 days ago
Isakweletwa R1.2 billion i-UKZN
Isakweletwa R1.2 billion i-UKZN
Izindaba

ABAFUNDI basenyuvesi i-University of KwaZulu-Natal (UKZN) bakweleta inyuvesi ngaphezulu kuka-R1.2billion.