.
INISSAN Tiida ngenye yezimoto ezisesipeshelini ezicoshwa phansi egaraji lakwaDatcentre ePinetown. Uma ufuna ukuzibonela le moto kumele uphuthume kuleli garaji ngesikhathi le moto isesesipeshelini
IMOTO: NISSAN TIIDA
KWADATCENTRE Pinetown CMH bazivulile izandla kubantu abasemakethe yokuthenga izimoto. Bheka nje ngoba banezipesheli.I-Nissan Tiida 2010 model 1.6 Visia asukela ku-R109 990 M/T 4 door Sedan 5 speed manual, 4 cyclinder.
Le moto njengoba isesipeshelini nje isahambe kuphela ibanga elingu 80/60 000 km kanti iyimodeli ka 2010.
Abagcini nje lapho kodwa ayatholakala futhi nama Hatch back 2010 model abiza u-R109 999 anama-factor warranty. Phuthuma ungaphuthelwa iyathokala yonke imibala oyifunayo noyithadayo.
Uma ufuna ama-Automative nawo futhi ayatholakala kusukela ku-R119 990 1.6A/T 4-door Sedan. Zonke zikwazi ukuthatha abantu abantu abahlanu kuphela. Puthuma ungasali imbila yaswela umsila ngokuyalezela.
Ayive iwonga uphethiloli isukela ku-6.8 per 100km. 1 boot space sikhona kusukela ku-272L kuya ku-462 Maxi.
Phuthuma khona ePinetown 115 Old Main Road amanani asiwaphindi woza nawe ubize abangani bakho. Ungasithinta kwinombolo ethi ( 031) 710 9000 ungakhuluma noSabelo Mavundla.
) and select "Flag as inappropriate". Our moderators will take action if need be.
Services