isolezwe1
isolezwe-2
isolezwe-3

Uzibulele umfundi ‘obehlukunyezwa’

Comment on this story


UMFUNDI waseLethabong Secondary eSoshanguve enyakatho yePretoria obenza uGrade 10 uzibulele ebalekela abafundi abangobhongoza abebemhlupha esikoleni.

UDavid Hlongwane (16), kuthiwa ubehlale ebizwa ngamaganyana aziswana, eshaywa, kwesinye isikhathi ubeze ahlabe ngejubane ayocasha e-staff room.

Iphephandaba lesiNgisi eliphuma ngeSonto libike ukuthi ngoFebhuwari 14 uDavid ebuya esikoleni wagoduka nencwadi ebhalelwe abazali bakhe ibanxusa ukuba bavukele esikoleni sakhe ngakusasa ukuze kuzodingidwa le ndaba yokuhlushwa kwakhe.

Laba bafundi abanochuku, okukhona kubo noyedwa oseke wamiswa esikoleni emuva kokushaya uthisha, nabo banikezwe izincwadi ezifanayo ezinxusa abazali babo ukuba beze esikoleni.

Ngakusasa uDavid ushaye sengathi uya esikoleni kanti uzobuyela endlini ayozilengisa.

Uyise uMnuz Sam Mabuza esebuya umthole elenga, kudlala iCD yengoma yokholo abeyithanda emsakazweni.

“Ngimfice esaphefumula ngamphuthumisa emtholampilo kodwa ufike khona eseshonile,” kusho uMabuza.

sign up

Share |  

Facebook icon

Facebook

Twitter icon

Twitter

Google icon

Google

Yahoo icon

Yahoo

Reddit icon

Reddit

del.icio.us icon

del.icio.us

Pinterest icon

Pinterest

Email

Print

  • Rate this article
  • Average reader rating (0 votes) 0 Stars

Comment Guidelines



  1. Please read our comment guidelines.
  2. Login and register, if you haven’ t already.
  3. Write your comment in the block below and click (Post As)

colleen, wrote

IOL Comments
03:52pm on 22 February 2012
IOL Comments

kazi bayajabula yhini manje njengoba eseze wazibulala kodwa ke what goes around comes around

Report this

IOL Comments

JABU MDLALOSE, wrote

IOL Comments
03:01pm on 22 February 2012
IOL Comments

KUNZIMA FUTHI KUBUHLUNGU AKEKHO UMUNTU ONGAMELANA NOKUHLUKUMEZWA ENGIKUSHOYO UKTHI LABA EBEBEHLUPHA LOMFUNDI NAKUBO KUYOZE KWENZEKE KODWA MAKUYINTANDO KANKULUNKULU KULUNGILE LENDABA IYAKHALISA NOMA NGINGAZI LAPHO KODWA KUBUHLUNGU WONKE UMUNTU OPHILA KULOMHLABA OKANKULUNKULU FUTHI AKEKHO ONGCONO KUNOMUNYE NGELINYILANGA LIYOBASHONELA BEFISE UKUMVUSA LOMUFI BENGEKE BESAMVUSA

Report this

IOL Comments

Showing items 1 - 2 of 2

kealoha
I'm a 36 year old man looking to meet women between the ages of 25 and 45.
View Profile
Doctor221_jpw
I'm a 22 year old man looking to meet women between the ages of 18 and 25.
View Profile
69darkfallenangel69
I'm a 28 year old woman looking to meet men between the ages of 28 and 38.
View Profile
IOL - dating
inlandKnight
I'm a 31 year old man looking to meet women between the ages of 23 and 38.
View Profile
IOL - dating
Zion321
I'm a 26 year old woman looking to meet men between the ages of 30 and 55.
View Profile
IOL - dating
Nicccy
I'm a 30 year old woman looking to meet men between the ages of 27 and 36.
View Profile